Emva kokuzalwa kukaKhenani u-Enoshe waphila iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili neshumi nanhlanu, wazala amadodana namadodakazi.
UGenesise 5:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Enoshe wahamba iminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye, wazala uKhenani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Enoshe wahamba iminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye, wazala uKhenani. IsiZulu 2020 Kwathi u-Enoshe eseneminyaka engama-90, wazala uKhenani. |
Emva kokuzalwa kukaKhenani u-Enoshe waphila iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili neshumi nanhlanu, wazala amadodana namadodakazi.
Zonke izinsuku zikaSete zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalolunye neshumi nambili, wayesefa.
owayeyindodana kaMathusela, indodana ka-Enoke, indodana kaJarede, indodana kaMalaleli, indodana kaKhenani,