Izinsuku zika-Adamu emva kokuzalwa kukaSeti zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili; wazala amadodana namadodakazi.
UGenesise 5:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kokuzalwa kuka-Enoshe uSeti waphila iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili nesikhombisa, wazala amadodana namadodakazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kokuzalwa kuka-Enoshe uSeti wahamba iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili nesikhombisa, wazala amadodana namadodakazi. IsiZulu 2020 Esezelwe u-Enoshe, uSethi waphila iminyaka engama-807 emva kokuzalwa kuka-Enoshe, waphinde wazala amadodana namadodakazi. |
Izinsuku zika-Adamu emva kokuzalwa kukaSeti zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili; wazala amadodana namadodakazi.
Zonke izinsuku zikaSete zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalolunye neshumi nambili, wayesefa.
Owayeyindodana ka-Enoshe, owayeyindodana kaSeti, owayeyindodana ka-Adamu, owayeyindodana kaNkulunkulu.