Iyonke imihla kaYerede yaba yiminyaka emakhulu asithoba anamanci mathandathu anamibini, wafa.
UGenesise 5:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Enoke wahamba iminyaka engamashumi ayisithupha nanhlanu, wazala uMethusela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Enoke wahamba iminyaka engamashumi ayisithupha nanhlanu, wazala uMetushela. IsiZulu 2020 Kwathi u-Enokhi eseneminyaka engama-65, wazala uMethusela. |
Iyonke imihla kaYerede yaba yiminyaka emakhulu asithoba anamanci mathandathu anamibini, wafa.
Emva kokuzalwa kukaMethusela u-Enoke wahamba noNkulunkulu iminyaka engamakhulu amathathu, wazala amadodana namadodakazi.
owayeyindodana kaMathusela, indodana ka-Enoke, indodana kaJarede, indodana kaMalaleli, indodana kaKhenani,
Ngokukholwa u-Enoke wasuswa, ukuze angaboni ukufa; akafunyanwanga, ngokuba uNkulunkulu wayemthathile;
Naye u-Enoke, owesikhombisa kusukela ku-Adamu, waprofetha ngalaba, wathi: “Bheka, iNkosi iyeza nezinkulungwane eziyishumi zabangcwele bayo.