UKayini wamazi umkakhe; wakhulelwa, wazala u-Enoke; wakha umuzi, wawuqamba ngegama lendodana yakhe u-Enoke.
UGenesise 5:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJarede wahamba iminyaka eyikhulu namashumi ayisithupha nambili, wazala u-Enoke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJarede wahamba iminyaka eyikhulu namashumi ayisithupha namabili, wazala u-Enoke. IsiZulu 2020 Kwathi uJaredi eseneminyaka eyi-162, wazala u-Enokhi. |
UKayini wamazi umkakhe; wakhulelwa, wazala u-Enoke; wakha umuzi, wawuqamba ngegama lendodana yakhe u-Enoke.
Iyonke imihla kaMahalaleli yaba yiminyaka emakhulu asibhozo anamanci asithoba anamihlanu, wafa.
Emva kokuzalwa kuka-Enoke uJarede wahamba iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili, wazala amadodana namadodakazi.
owayeyindodana kaMathusela, indodana ka-Enoke, indodana kaJarede, indodana kaMalaleli, indodana kaKhenani,
Esewubonile umbono, sahle sazama ukuya eMakedoniya, sesibonile impela ukuthi iNkosi isibizile ukuba sishumayele ivangeli kubo.