UGenesise 5:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kokuzalwa kukaJarede uMahalaleli waphila iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amathathu, wazala amadodana namadodakazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kokuzalwa kukaJarede uMahalalele wahamba iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amathathu, wazala amadodana namadodakazi. IsiZulu 2020 Esezelwe uJaredi, uMahalaleli waphila iminyaka engama-830, waphinde wazala amadodana namadodakazi. |
Iyonke imihla kaMahalaleli yaba yiminyaka emakhulu asibhozo anamanci asithoba anamihlanu, wafa.
owayeyindodana kaMathusela, indodana ka-Enoke, indodana kaJarede, indodana kaMalaleli, indodana kaKhenani,