UGenesise 5:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMahalalele wahlala iminyaka engamashumi ayisithupha nanhlanu, wazala uJarede. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMahalalele wahamba iminyaka engamashumi ayisithupha nanhlanu, wazala uJarede. IsiZulu 2020 Kwathi uMahalaleli eseneminyaka engama-65, wazala uJaredi. |
Emva kokuzalwa kukaJarede uMahalaleli waphila iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amathathu, wazala amadodana namadodakazi.
owayeyindodana kaMathusela, indodana ka-Enoke, indodana kaJarede, indodana kaMalaleli, indodana kaKhenani,