Base beklebhula izingubo zabo, kwaba yilowo nalowo wabothisa imbongolo yakhe, babuyela emzini.
UGenesise 44:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Sebephumile emzini, bengakabi kude, uJosefa wathi kumphathi wakhe: “Sukuma, ulandele amadoda ngemuva; futhi uma ubafica, uthi kubo: “Kungani nibuyisela okubi ngokuhle na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esephumile emzini, engakabi kude, uJosefa wathi encekwini yakhe: “Suka ulandele lawo madoda; nxa uwafica, yisho kuwo ukuthi: ‘Niphindiseleni okuhle ngokubi na? IsiZulu 2020 Esahambe ibangana ukusuka emzini, uJosefa wathi enduneni yakhe: “Suka uwalandele lawo madoda, lapho uwafica uthi kuwo: ‘Niphindiselani okuhle ngokubi na? |
Base beklebhula izingubo zabo, kwaba yilowo nalowo wabothisa imbongolo yakhe, babuyela emzini.
Bheka, ngithi, basivuza kanjani ngokuza ukusixosha efeni lakho owasinika lona njengefa.
UJesu wawaphendula wathi: Ngilitshengise imisebenzi eminengi emihle evela kuBaba; Yimuphi kule misebenzi eningikhandela yona na?
Wathi kuDavide: “Wena ulungile kunami, ngokuba ungibuyisele okuhle, mina ngikuphindisele okubi.”