Niyakuvivinywa ngalokhu: Kuphila kukaFaro aniyikusuka lapha, uma umfowenu omncane engezi lapha.
UGenesise 44:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi sathi: Ngeke sisuse; uma umfowethu omncane enathi, siyakwehla; ngoba ngeke sibubone ubuso bendoda uma umfowethu omncane engekho kithi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sathi thina: ‘Asinakwehla. Uma umfowethu omncane enathi, siyakwehla, ngokuba asinakubona ubuso balowo muntu, uma umfowethu omncane engenathi.’ IsiZulu 2020 Thina sathi: ‘Asinakubuyela lapho uma umfowethu omncane engahambi nathi, ngokuba ngeke sibubone ubuso balowo muntu uma umfowethu omncane engekho.’ |
Niyakuvivinywa ngalokhu: Kuphila kukaFaro aniyikusuka lapha, uma umfowenu omncane engezi lapha.
Wafunisisa, waqala komkhulu, washiya komncane; indebe yafunyanwa ekhukhwini likaBhenjamini.
Inceku yakho ubaba yathi kithi: ‘Niyazi nina ukuthi umkami wangizalela amadodana amabili.