Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 44:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wafunisisa, waqala komkhulu, washiya komncane; indebe yafunyanwa ekhukhwini likaBhenjamini.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Yanyalula, yaqala ngenkulu yagcina ngencane; indebe yatholwa esakeni likaBenjamini.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Induna yaqala ukucinga ezibulweni, yagcina ngothunjana. Indebe yatholakala esakeni likaBhenjamini.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 44:12
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu, uMninimandla onke, makaniphe umusa phambi kwalowo muntu, ukuze animukise umfowenu omunye noBenjamini. Uma ngiphucwa izingane zami, ngigetshengwa.


Bahlala phambi kwakhe, izibulo njengobuzibulo balo, omncane njengobuncane bakhe; amadoda amangala wodwa.


Base beshesha, kwaba yilowo nalowo wakhumula isikhwama sakhe phansi, kwaba yilowo nalowo wavula isikhwama sakhe.


Ufake indebe yami, indebe yesiliva, emlonyeni wesaka lomncane kanye nemali yengqoloyi yakhe. Futhi wenza njengezwi uJosefa ayelikhulumile.