Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 40:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

Induna yemilindankosi yamyala uJosefa, wabasebenzela; bahlala esitokisini isikhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Induna yemilindankosi yamyala ngazo uJosefa ukuba azibheke; wazikhonza; zazisekulindweni izinsukwana.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Induna yabalindi benkosi yamqoka uJosefa ukuba azibheke, nokuba abhekane nezidingo zazo, kwaba yisikhashana zivalelwe.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 40:4
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

AbakwaMidiyani bamthengisa eGibithe kuPotifari, isikhulu sikaFaro, induna yabalindi.


UJosefa wehliselwa eGibithe; uPotifari, inceku kaFaro, induna yabalindi, umGibithe, wamthenga esandleni sabakwa-Ishmayeli ababemehlisele khona.


Wabafaka esitokisini endlini yenduna yemilindankosi, etilongweni, indawo lapho uJosefa ayeboshwe khona.


Baphupha iphupho bobabili, yilowo nalowo iphupho lakhe ngabusuku bunye, kwaba yilowo nalowo njengokuchazwa kwephupho lakhe, umphathizitsha nomphekizinkwa wenkosi yaseGibithe, owayeboshiwe etilongweni.


Wabafaka bonke esitokisini izinsuku ezintathu.


Shiya indlela yakho kuJehova; thembela kuye futhi; futhi uyokwenza kwenzeke.