Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 40:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi induna yabaphekizinkwa ibona ukuthi ingcazelo yayinhle, yathi kuJosefa: “Nami ephusheni lami, bheka, nganginamaqoma amathathu amhlophe ekhanda lami.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwathi induna yabaphekizinkwa ibona ukuthi lokho kuchazwa kwakukuhle, yathi kuJosefa: “Nakimi ephusheni lami kwakungathi kukhona amaqoma amathathu esinkwa esimhlophe ekhanda lami.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Lapho induna yababhakizinkwa ibona ukuthi incazelo ibe yinhle, yathi kuJosefa: “Nami ephusheni lami bekunamaqoma amathathu ezinkwa ezimhlophe ekhanda lami.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 40:16
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.


Eqomeni eliphezulu kwakukhona zonke izinhlobo zenyama eyosiwe kaFaro; izinyoni zakudla eqomeni elisekhanda lami.