U-Esawu wathatha abafazi bakhe emadodakazini aseKhanani; u-Ada, indodakazi ka-Eloni umHeti, no-Oholibama, indodakazi ka-Ana, indodakazi kaTsibeyoni umHivi;
UGenesise 4:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Enoke wazala u-Irade, u-Iradi wazala uMehujayeli, uMehujayeli wazala uMethusayeli, noMethusayeli wazala uLameka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Enoke wazala u-Irade; u-Irade wazala uMehujayele; uMehujayele wazala uMetushayele; uMetushayele wazala uLameka. IsiZulu 2020 U-Enokhi wazala u-Iradi, uyise kaMehujayeli, uMehujayeli wazala uMethushayeli, uMethushayeli wazala uLameki. |
U-Esawu wathatha abafazi bakhe emadodakazini aseKhanani; u-Ada, indodakazi ka-Eloni umHeti, no-Oholibama, indodakazi ka-Ana, indodakazi kaTsibeyoni umHivi;
UKayini wamazi umkakhe; wakhulelwa, wazala u-Enoke; wakha umuzi, wawuqamba ngegama lendodana yakhe u-Enoke.
ULameka wazithathela abafazi ababili; igama lomunye lalingu-Ada, igama lomunye lalinguSila.
UMetushela wahamba iminyaka eyikhulu namashumi ayisishiyagalombili nesikhombisa, wazala uLameka.