Wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami;” washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wamkhiphela phandle.
UGenesise 39:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi lapho ebona ukuthi ushiye ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi esebone ukuthi ushiyile ingubo esandleni sakhe, wabaleka, IsiZulu 2020 Kwathi ukuba abone ukuthi ushiye ingubo esandleni sakhe, wabaleka, |
Wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami;” washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wamkhiphela phandle.
wabiza abantu bendlu yakhe, wakhuluma kubo, wathi: “Bhekani, usilethele umHeberu ukuba adlale ngathi; wangena kimi ukuba alale nami, futhi ngamemeza ngezwi elikhulu.