U-Adamu wamazi umkakhe u-Eva; wakhulelwa, wazala uKayini, wathi: “Ngifumene indoda evela kuJehova.”
UGenesise 38:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; waqamba igama layo ngokuthi u-Onani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yabuye yakhulelwa, yazala indodana, yaqamba igama layo ngokuthi u-Onani. IsiZulu 2020 Yabuye yakhulelwa, yazala enye indodana, wayiqamba igama wathi ngu-Onani. |
U-Adamu wamazi umkakhe u-Eva; wakhulelwa, wazala uKayini, wathi: “Ngifumene indoda evela kuJehova.”
Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela, noPerezi, noSeraki; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi: ngoHezironi noHamuli.
Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela; abathathu wazalelwa endodakazini kaShuwa umKhanani. U-Eri izibulo likaJuda wayemubi emehlweni kaJehova; wambulala.