Ngiyakunika wena nenzalo yakho emva kwakho izwe ogogobele kulo, izwe lonke laseKhanani, libe yifa laphakade; njalo ngizakuba nguNkulunkulu wabo.
UGenesise 37:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJakobe wahlala ezweni uyise ayegogobele kulo, ezweni laseKhanani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJakobe wakha ezweni lokugogobala kukayise, ezweni laseKhanani. IsiZulu 2020 UJakobe wakha eKhanani, ezweni okwakukade kuhlala kulo uyise. |
Ngiyakunika wena nenzalo yakho emva kwakho izwe ogogobele kulo, izwe lonke laseKhanani, libe yifa laphakade; njalo ngizakuba nguNkulunkulu wabo.
Ngingumfokazi nomfokazi kini; nginike indawo yethuna kuwe, ukuze ngimbele ofileyo wami phambi kobuso bami.
Nika wena isibusiso sika-Abrahama, wena nenzalo yakho kanye nawe; ukuze udle ifa lezwe ongowezizwe kulo, uNkulunkulu alinika u-Abrahama.
umnumzane uMagidiyeli, nomnumzane u-Iramu; yizo ezo izikhulu zakwaEdom ngeendawo zazo zokuhlala ezweni lefa lazo: nguEsawu uyise wamaEdom.
Ngokuba ingcebo yabo yayingaphezu kokuba bangahlala ndawonye; nezwe ababengabafokazi kulo lalingenakulithwala ngenxa yemfuyo yabo.