UJakobe wezwa ukuthi ungcolisile indodakazi yakhe uDina; amadodana akhe ayesemadlelweni nezinkomo zakhe; uJakobe wathula zaze zafika.
UGenesise 34:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 UHamori uyise kaShekemi waphuma waya kuJakobe ukuyokhuluma naye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UHamori uyise kaShekemi waphumela kuJakobe ukuyokhuluma naye. IsiZulu 2020 UHamori, uyise kaShekhemu wahamba waya kuJakobe eyokhonga. |
UJakobe wezwa ukuthi ungcolisile indodakazi yakhe uDina; amadodana akhe ayesemadlelweni nezinkomo zakhe; uJakobe wathula zaze zafika.
Amadodana kaJakobe afika evela endle ekuzwa lokho, amadoda adabuka, athukuthela kakhulu, ngokuba wenze ubuwula kwa-Israyeli ngokulala nendodakazi kaJakobe; okuyinto okungafanele yenziwe.
Wayesethi uGahali indodana ka-Ebedi: “Ngubani u-Abimeleki, ungubani uShekemi ukuba simkhonze na?” akayona indodana kaJerubali na? noZebhule induna yakhe? khonzani amadoda kaHamori uyise kaShekemi, ngokuba thina siyakumkhonza ngani na?