ULeya nabantwana bakhe basondela, bakhothama; ngemva kwalokho uJosefa noRaheli basondela, bakhothama.
Wasondela noLeya nabantwana bakhe, bakhothama; ngasemuva wafika uJosefa enoRaheli, bakhothama.
Kwalandela uLeya nabantwana bakhe, nabo bakhothama, kwase kugcina uJosefa noRaheli, nabo bakhothama.
Zase zisondela izincekukazi, zona nabantwana bazo, zakhothama.
Wathi: “Uthini ngazo zonke lezi zinkomo engihlangane nazo na?” Wathi: “Bayakufumana umusa emehlweni enkosi yami.”