UDavida wasefika eMahanayimi. U-Abisalomu wadabula iJordani, yena nawo wonke amadoda akwa-Israyeli kanye naye.
UGenesise 32:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uJakobe ezibona wathi: Leli libutho likaNkulunkulu; waqamba leyo ndawo ngokuthi iMahanayimi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJakobe ezibona wathi: “Lokhu kuyibandla likaNkulunkulu.” Waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iMahanayimi.* IsiZulu 2020 UJakobe ezibona, wathi kuzo: “Leli yibutho likaNkulunkulu.” Wayiqamba leyo ndawo ngokuthi yiMahanayimu. |
UDavida wasefika eMahanayimi. U-Abisalomu wadabula iJordani, yena nawo wonke amadoda akwa-Israyeli kanye naye.
U-Abineri, indodana kaNeri, nezinceku zika-Ishi Bosheti, indodana kaSawule, baphuma eMahanayimi, baya eGibeyoni.
Kepha u-Abineri indodana kaNeri, induna yempi kaSawule, wathatha u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamyisa eMahanayimi;
Bheka, unawe uShimeyi indodana kaGera wakwaBenjamini waseBahurimi, owangithuka ngesiqalekiso esibi mhla ngiya eMahanayimi; kepha wehla ukungihlangabeza eJordani, ngafunga kuye uJehova, ngathi: ‘Angiyikukubulala ngenkemba.’
U-Elisa wakhuleka wathi: “Nkosi, vula amehlo akhe ukuba abone.” UJehova wawavula amehlo ensizwa; wabheka, bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo nxazonke zika-Elisha.
Ngokuba ngaleso sikhathi kwafika kuDavide imihla ngemihla ukumsiza, kwaze kwaba yibutho elikhulu njengempi kaNkulunkulu.
Dumisani uJehova nina mabandla akhe onke; nina zinceku zaKhe, ezenza intando yaKhe enhle.
Buya, buya, Shulamiti! buya, buya, ukuze sikubheke. Yini ozoyibona kumShulami? Iqembu lamabutho amabili, njengokungathi.
Wathi: “Uyazi yini ukuthi ngizeleni kuwe na?” manje ngiyakubuya ngilwe nesikhulu sasePheresiya; futhi lapho ngiphuma, bheka, iSikhulu saseGrisi siyeza.
Njalo kwahle kwaba khona kanye lengilosi ixuku lebutho lasezulwini, lidumisa uNkulunkulu, lisithi:
Esizweni sakwaGadi, iRamoti kwaGileyadi nedlelo layo, umuzi okhululekileyo wokucekwa; neMahanayimi nedlelo layo,
Wathi: “Qha; kodwa manje ngiyinduna yebutho leNkosi. UJoshuwa wawa ngobuso bakhe emhlabathini, wakhuleka kuye, wathi kuye: “Ithini inkosi yami encekwini yayo na?