Uyakuthi: ‘Ngezenceku yakho uJakobe; kuyisipho esithunyelwe enkosini yami u-Esawu; bheka, naye usemuva kwethu.
UGenesise 32:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayala nowesibili nowesithathu nabo bonke ababelandela imihlambi, wathi: “Niyakukhuluma kanje ku-Esawu, lapho nimfumana.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayala nowesibili, nowesithathu, nabo bonke ababelandela amaqembu, wathi: “Niyakusho njalo ku-Esawu, lapho nimfumana. IsiZulu 2020 Wayala nowesibili, nowesithathu, nabo bonke ababeqhuba imihlambi, wathi: “Niyakuphendula ngokufanayo ku-Esawu lapho nihlangana naye, |
Uyakuthi: ‘Ngezenceku yakho uJakobe; kuyisipho esithunyelwe enkosini yami u-Esawu; bheka, naye usemuva kwethu.
Bheka, inceku yakho uJakobe ingemva kwethu. Ngoba wathi: Ngizamduduza ngesipho esihamba phambi kwami, andukuba ngibone ubuso bakhe; mhlawumbe uzokwamukela kimi.
Wathi ezincekwini zakhe: “Phumani phambi kwami; bheka, ngiyakulandela. Kodwa akamtshelanga umyeni wakhe uNabali.