Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 30:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

UBiliha incekukazi kaRaheli wabuye wakhulelwa, wazalela uJakobe indodana yesibili.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UBiliha incekukazi kaRaheli wabuye wakhulelwa, wamzalela uJakobe indodana yesibili.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UBhiliha isisebenzi sikaRaheli saphinda sakhulelwa, samzalela uJakobe enye indodana.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 30:7
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

URaheli wayesethi: “UNkulunkulu wangihola, wezwa izwi lami, wangipha indodana; yingakho wambiza ngokuthi uDani.


Wayesethi uRaheli: “Ngabambana nodadewethu ngokushikashikana okukhulu, ngamnqoba, waqamba igama layo ngokuthi uNafetali.”


Oonyana bakaNafetali ngu Ukuzingela uphawu kanye noGuni noJeser noSillem.


Lawa angamadodana kaBiliha uLabani amnika uRaheli indodakazi yakhe; wamzalela wona uJakobe; yonke imiphefumulo yayiyisikhombisa.


Ngasemkhawulweni wakwa-Asheri, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uNafetali, uyakuba nesabelo.


Kubantwana bakwaNafetali ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngemindeni yabo ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;