Kwathi njalo nxa inkomo ezilamandla zikhulelwa, uJakhobe wabeka amasila phambi kwenkomo emiseleni, ukuze zikhulele phakathi kwamabele.
UGenesise 30:42 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa lapho izinkomo sezibuthakathaka akazifakanga; zazinjalo ezibuthakathaka zikaLabani nezinamandla zikaJakobe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha lapho umhlambi wawubuthakathaka, akazifakanga; yathi-ke ebuthakathaka yaba ngekaLabani neqinileyo yaba ngekaJakobe. IsiZulu 2020 Uma kungezintekenteke emhlanjini angazibeki izinduku. Zonke ezintekenteke kwaba ngezikaLabani, eziqinile zaba ngezikaJakobe. |
Kwathi njalo nxa inkomo ezilamandla zikhulelwa, uJakhobe wabeka amasila phambi kwenkomo emiseleni, ukuze zikhulele phakathi kwamabele.
Lowo muntu wanda kakhulu, waba nezinkomo eziningi, nezincekukazi, nezinceku, namakamela, nezimbongolo.
Yasisithi: Phakamisa amehlo akho, ubone, zonke izinqama ezikhwela umhlambi zimthende, ezilamabala, nezingamaqamu, ngokuba ngikubonile konke uLabani akwenzayo kuwe.