UGenesise 30:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela uJakobe indodana yesibili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela indodana yesibili. IsiZulu 2020 UZilipha isisebenzi sikaLeya samzalela enye indodana uJakobe. |
Wayesethi uLeya: “Ngiyajabula, ngokuba amadodakazi ayakuthi ngibusisiwe; waqamba igama layo ngokuthi u-Asheri.
Ngasemkhawulweni wakwaDani, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga: u-Asheri, libe linye.
Kubantwana bakwa-Asheri ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;