Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 30:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wayesethi uLeya: “Kuza iviyo, waqamba igama layo ngokuthi uGadi.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ULeya wayesethi: “Kwenziwe inhlanhla,” waqamba igama layo ngokuthi uGadi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

ULeya wathi: “Nginenhlanhla,” wayiqamba igama wathi nguGadi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 30:11
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UZilipa incekukazi kaLeya wazalela uJakobe indodana.


UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela uJakobe indodana yesibili.


Amadodana kaZilipa, incekukazi kaLeya; ngoGadi no-Asheri; yilawo angamadodana kaJakobe azalelwa wona ePhadani Aramu.


Amadodana kaGadi: uSifiyoni noHagi, uSuni no-Esboni, u-Eri no-Arodi no-Areli.


UGadi, iqembu lezigelekeqe lizamnqoba, kodwa ekugcineni lizamnqoba.


Kepha nina ningabashiya uJehova, nikhohlwe intaba yami engcwele, nilungisele lelo bhande itafula, ninikele ngomnikelo wokuphuzwa walelo nani.


Kubantwana bakwaGadi ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo nangezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;