UGenesise 3:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ayesevuleka amehlo abo bobabili, babona ukuthi bahamba ze; basebethunga amaqabunga omkhiwane, bazenzela izigqoko. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ayesevuleka amehlo abo bobabili, babona ukuthi bahamba ze; bathunga amaqabunga omkhiwane, bazenzela izibhinco. IsiZulu 2020 Amehlo abo bobabili ayesevuleka, bazibona ukuthi bahamba ze, beluka amaqabunga omkhiwane, bawabhinca, bafihla ubunqunu babo. |
Ngoba uNkulunkulu uyazi ukuthi mhla lisidla, amehlo enu azavuleka, njalo lizakuba njengonkulunkulu, likwazi okuhle lokubi.
Kwathi sebefikile eSamariya, uElisha wathi: Jehova, vula amehlo alababantu, ukuze babone. UJehova wavula amehlo abo, babona; bheka, babephakathi kweSamariya.
Ngokuba umbhede mfushane kunokuba umuntu angendlala kuwo, nesimbozo sincane kunokuba angazisonga kuso.
Izindwangu zabo aziyikuba yingubo, abayikuzimboza ngemisebenzi yabo; imisebenzi yabo iyimisebenzi yobubi, nomsebenzi wobudlova usezandleni zabo.
IJerusalema lonile kakhulu; ngalokho wasuswa; bonke ababelidumisa balidelela, ngokuba babone ubunqunu balo; yebo wabubula wabuyela emuva.
Esihogweni saphakamisa amehlo aso, sisebuhlungwini, sabona u-Abrahama ekude, noLazaru esesifubeni sakhe.
Lalezozitho zomzimba esicabanga ukuthi azihlonitshwa kancane, phezu kwazo sizinika udumo olukhulu kakhulu; nezitho zethu ezingafanelekiyo zinobuhle obengeziwe.
Kuphela ukuze izizukulwane zabantwana bakwa-Israyeli zazi, ukubafundisa impi, okungenani labo ababengayazi ngaphambili;