U-Isaka wayeneminyaka engamashumi amane mhla emthatha uRebeka indodakazi kaBetuweli umAramu wasePhadani Aramu, udadewabo kaLabani umAramu, abe ngumkakhe.
UGenesise 28:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 nokuthi uJakobe walalela uyise nonina, waya ePhadani Aramu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE nokuthi uJakobe walalela uyise nonina, waya ePhadani Aramu, IsiZulu 2020 Wezwa nokuthi uJakobe wamlalela uyise nonina waya ePhadani Aramu. |
U-Isaka wayeneminyaka engamashumi amane mhla emthatha uRebeka indodakazi kaBetuweli umAramu wasePhadani Aramu, udadewabo kaLabani umAramu, abe ngumkakhe.
Manje, ndodana yami, lalela izwi lami; futhi wasukuma, wabalekela kuLabani umfowethu eHarana;
U-Esawu ebona ukuthi u-Isaka ubusise uJakobe, wamvumela ukuba aye ePhadani Aramu ukuba azithathele khona umfazi; esambusisa, wamyala wathi: “Ungamthathi umfazi emadodakazini aseKhanani;
Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zande ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.
Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina, amagwababa asesigodini ayakulihlwitha, amazinyane okhozi alidle.
Kumelwe yesabe, kube yilowo nalowo unina noyise, nigcine amasabatha ami; nginguJehova uNkulunkulu wenu.
Bantwana, lalelani abazali benu ezintweni zonke, ngokuba lokho kuyathandeka eNkosini.