Ungenzele ukudla okumnandi njengokukuthanda kwami, ukulethe kimi, ngidle; ukuze umphefumulo wami ukubusise ngingakafi.
UGenesise 27:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 URebeka wezwa u-Isaka ekhuluma no-Esawu indodana yakhe; u-Esawu waya endle ukuyozingela inyamazane, ayilethe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE URebeka wezwa u-Isaka ekhuluma no-Esawu indodana yakhe. U-Esawu waya endle ukuyozingela inyamazane, abuye nayo. IsiZulu 2020 URibheka wayelalele lapho u-Isaka ekhuluma nendodana yakhe u-Esawu. Ngakho-ke kuthe ukuba aphume u-Esawu ukuyozingela inyamazane, |
Ungenzele ukudla okumnandi njengokukuthanda kwami, ukulethe kimi, ngidle; ukuze umphefumulo wami ukubusise ngingakafi.
URebeka wakhuluma kuJakobe indodana yakhe, wathi: “Bheka, ngizwile uyihlo ekhuluma no-Esawu umnewenu, ethi: