UJakobe wathi kuRebeka unina: “Bheka, u-Esawu umfowethu uyindoda enoboya, mina ngiyindoda ebushelelezi.”
UGenesise 27:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Akamehlukanisanga, ngokuba izandla zakhe zazinoboya njengezandla zomnewabo u-Esawu; ngalokho wambusisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Akamazanga, ngokuba izandla zakhe zazinoboya njengezandla zomnewabo u-Esawu; wayeseyakumbusisa. IsiZulu 2020 Wahluleka ukwehlukanisa ukuthi lona nguJakobe, ngoba izandla zakhe zaziphuphuzela uboya njengezika-Esawu umnewabo, ngakho-ke wambusisa. |
UJakobe wathi kuRebeka unina: “Bheka, u-Esawu umfowethu uyindoda enoboya, mina ngiyindoda ebushelelezi.”
UJakobe wasondela ku-Isaka uyise; wamphatha, wathi: “Izwi liyizwi likaJakobe, kepha izandla ziyizandla zika-Esawu.”