Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 27:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

U-Isaka wayesethi kuJakobe: “Sondela ukuba ngikuthinte, ndodana yami, ukuthi uyindodana yami u-Esawu noma qha.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

U-Isaka wayesethi kuJakobe: “Ake usondele, ngikuphathe, ndodana yami, uma uyindodana yami u-Esawu uqobo noma ungesiyo na?”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

U-Isaka wathi kuJakobe: “Sondela eduzane ukuze ngikuthinte ndodana, ngizenelise ukuthi unguye ngempela u-Esawu noma qha.”

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 27:21
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Mhlawumbe ubaba uyakungiphatha, ngibonakale kuye njengomkhohlisi; ngiyakuletha phezu kwami isiqalekiso, kungabi yisibusiso.


UJakobe wasondela ku-Isaka uyise; wamphatha, wathi: “Izwi liyizwi likaJakobe, kepha izandla ziyizandla zika-Esawu.”


Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu; ngibeke ithemba lami eNkosini uJehova, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.


Ngiyadala isithelo sezindebe; Ukuthula, ukuthula kuye okude nakuye oseduze,” usho uJehova; ngiyakumphulukisa.


Sondelani kuNkulunkulu, laye uzasondela kini. Hlambululani izandla nina zoni; nihlanze izinhliziyo zenu nina eninhliziyombili.