Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 27:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wabeka izikhumba zezinqama ezandleni zakhe nasentanyeni yakhe ebushelelezi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wamnqwambisa izikhumba zamazinyane ezimbuzi ezandleni zakhe nasocwatheni lwentamo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Wamfaka izikhumba zamazinyane ezandleni, nasentanyeni yakhe eyayibushelelezi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 27:16
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Waphuma owokuqala ebomvu, enjengengubo yoboya; baqamba igama lakhe ngokuthi u-Esawu.


URebeka wayesethatha izingubo ezinhle ku-Esawu indodana yakhe enkulu, owayenaye endlini, wamembathisa uJakobe indodana yakhe encane.


Wanika uJakobe indodana yakhe inyama emnandi nesinkwa ayesilungisile.


Akamehlukanisanga, ngokuba izandla zakhe zazinoboya njengezandla zomnewabo u-Esawu; ngalokho wambusisa.