Waphuma owokuqala ebomvu, enjengengubo yoboya; baqamba igama lakhe ngokuthi u-Esawu.
UGenesise 27:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJakobe wathi kuRebeka unina: “Bheka, u-Esawu umfowethu uyindoda enoboya, mina ngiyindoda ebushelelezi.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJakobe wathi kuRebeka unina: “Bheka, umnewethu ungumuntu oyinundu, mina ngiluqwatha. IsiZulu 2020 UJakobe wathi kunina uRibheka: “Bheka, umnewethu u-Esawu uphuphuzela uboya, kanti mina nginesikhumba esibushelelezi. |
Waphuma owokuqala ebomvu, enjengengubo yoboya; baqamba igama lakhe ngokuthi u-Esawu.
Kumelwe ukuyise kuyihlo, ukuze adle, futhi ukuze akubusise ngaphambi kokuba afe.
Akamehlukanisanga, ngokuba izandla zakhe zazinoboya njengezandla zomnewabo u-Esawu; ngalokho wambusisa.