U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, wathatha isinkwa nojeke wamanzi, wakunika uHagari, wakubeka ehlombe lakhe nomntwana omncane, wammukisa; wahamba, wazulazula ehlane. eBherisheba.
UGenesise 26:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasesuka lapho waya eBherisheba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wasuka lapho, wakhuphuka waya eBeri Sheba. IsiZulu 2020 Wasuka lapho wakhuphukela eBheri Sheba. |
U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, wathatha isinkwa nojeke wamanzi, wakunika uHagari, wakubeka ehlombe lakhe nomntwana omncane, wammukisa; wahamba, wazulazula ehlane. eBherisheba.
Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba; ngoba lapho bafunga bobabili.
U-Abrahama wabuyela ezincekwini zakhe, zasuka, zaya kanyekanye eBeri Sheba; u-Abrahama wahlala eBeri Sheba.
U-Israyeli wasuka nakho konke anakho, wafika eBeri Sheba, wanikela imihlatshelo kuNkulunkulu kayise u-Isaka.
Kepha ningalifuni iBethele, ningangeni eGiligali, ningaweli eBeri Sheba; ngoba iGiligali lizakuya ekuthunjweni, leBhetheli lizabhubha.
Base bephuma bonke abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yabuthana njengomuntu munye kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba kanye nezwe lakwaGileyadi kuJehova eMispa.