UNkulunkulu wathi kuye ngephupho: Yebo, ngiyazi ukuthi ukwenzile lokhu ngobuqotho benhliziyo yakho; ngokuba nami nganivimbela ukuba ningoni kimi; ngalokho ngakuvumela ukuba ungamthinti.
UGenesise 26:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Abimeleki wayeseyala bonke abantu bakhe, wathi: “Yilowo nalowo othinta le ndoda noma umkakhe uyakubulawa nokubulawa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Abimeleki wayala bonke abantu, wathi: “Othinta lo muntu nomkakhe uzakubulawa nokubulawa.” IsiZulu 2020 U-Abhimeleki wabayala bonke abantu, wathi: “Noma ngubani oyoke athinte lo muntu nomkakhe uyofa nokufa.” |
UNkulunkulu wathi kuye ngephupho: Yebo, ngiyazi ukuthi ukwenzile lokhu ngobuqotho benhliziyo yakho; ngokuba nami nganivimbela ukuba ningoni kimi; ngalokho ngakuvumela ukuba ungamthinti.
U-Isaka wahlwanyela kulelo zwe, wazuza ngokuphindwe kayikhulu ngawo lowo mnyaka, uJehova wambusisa.
Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ngemva kwenkazimulo wangithuma ezizweni enaziphanga; ngokuba othinta nina uthinta inhlamvu yeso lakhe.