Kwathi amakamela eseqedile ukuphuza, indoda yathatha icici legolide, inxenye yeshekeli, namasongo amabili ezandleni zayo, amashekeli ayishumi egolide;
UGenesise 24:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uyindodakazi kabani? tshela mina: ikhona yini indawo endlini kayihlo esizolala kuyo? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Wena uyindodakazi kabani na? Ake ungitshele. Kukhona indawo endlini kayihlo ukuba silale na?” IsiZulu 2020 yathi: “Ngitshele ukuthi uyindodakazi kabani na? Ikhona yini indawo endlini kayihlo engingaphumula kuyo kulobu busuku na?” |
Kwathi amakamela eseqedile ukuphuza, indoda yathatha icici legolide, inxenye yeshekeli, namasongo amabili ezandleni zayo, amashekeli ayishumi egolide;
Yathi kuye: “Ngiyindodakazi kaBetuweli indodana kaMilka amzalela yona uNahori.”
Ngambuza ngathi: Uyindodakazi kabani wena? Wathi: “Indodakazi kaBetuweli indodana kaNahori, amzalela yona uMilka;