U-Abrahama wasukuma, wakhothamela phambi kwabantu bezwe, phambi kwabantwana bakwaHeti.
UGenesise 23:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi wakhuluma kubo wathi: “Uma kuyisu lenu ukuthi ngimbele ofileyo wami phambi kobuso bami; ngilalele, ungikhulumele izwi elihle ku-Efroni indodana kaSohari; IBHAYIBHELI ELINGCWELE wakhuluma nabo, wathi: “Uma kuyintando yenu ukuba ngimmbele ofileyo wami, angabikho ebusweni bami, ngizweni, ninginxusele ku-Efroni indodana kaSowari IsiZulu 2020 Wathi kubo: “Uma ningivumela ukuba ngingcwabe ithambo lomkami, ngicela ningikhulumele no-Efroni indodana kaZohari |
U-Abrahama wasukuma, wakhothamela phambi kwabantu bezwe, phambi kwabantwana bakwaHeti.
ukuze anginike umhume waseMagpela anawo, osekupheleni kwensimu yakhe; ngoba imali elingana layo uzanginika yona ibe yindawo yethuna phakathi kwenu.
Amadodana akhe o-Isaka no-Ishmayeli bammbela emhumeni waseMakaphela ensimini ka-Efroni indodana kaSohari umHeti ephambi kweMamre;
Wathi: “Tshelani inkosi uSolomoni, ngokuba ayiyikula kini ukuba inginike u-Abishagi waseShunemi, abe ngumkami.”
Ngokuba umpristi omkhulu onjalo usifanele, ongcwele, ongenacala, ongenabala, owahlukanisiwe nezoni, ophakanyiswe ngaphezu kwamazulu;