UGenesise 23:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Abrahama wasukuma phambi kofileyo wakhe, wakhuluma kumadodana kaHeti, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Abrahama wasuka kofileyo wakhe, wakhuluma nabantwana bakwaHeti, wathi: IsiZulu 2020 U-Abhrahama wasuka eduze kwesidumbu somkakhe, wakhuluma namaHithi, wathi: |
U-Abrahama wasukuma, wakhothamela phambi kwabantu bezwe, phambi kwabantwana bakwaHeti.
Isiqephu sezwe u-Abrahama asithenga emadodaneni kaHeti: U-Abrahama noSara umkakhe bangcwatshwe khona.
URebeka wayesethi ku-Isaka: “Ngikhathele ukuphila kwami ngenxa yamadodakazi kaHeti;
emhumeni osensimini yaseMakaphela ephambi kweMamre ezweni laseKhanani, u-Abrahama awuthenga kanye nensimu ka-Efroni umHeti, ukuba kube yindawo yethuna.
UDavide waphendula, wathi ku-Ahimeleki umHeti, naku-Abishayi, indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, wathi: “Ngubani oyakwehla nami kuSawule ekamu na?” Wathi u-Abishayi: “Ngiyakwehla nawe.”