Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 23:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

U-Abrahama wakhothama phambi kwabantu bezwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

U-Abrahama wakhothamela ebusweni babantu balelo zwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

U-Abhrahama wayesekhothama phambi kwabantu balelo lizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 23:12
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Waphakamisa amehlo akhe, wabona, bheka, amadoda amathathu emi ngakuye; kwathi ewabona, wagijima ukuwahlangabeza esuka emnyango wetende, wakhothamela phansi.


Kwathi sekuhlwile kweza izingelosi ezimbili eSodoma; uLoti wayehlezi esangweni laseSodoma, uLoti ewabona, wasukuma ukuwahlangabeza; wakhothamisa ubuso bakhe emhlabathini;


Cha, nkosi yami, ngilalele; isiqephu sezwe ngiyakukunika lona, nomhume okuso ngiyakukunika wona; phambi kwamadodana abantu bami ngiyakunika lona; ngcwaba ofileyo wakho.


Wakhuluma ku-Efroni ezindlebeni zabantu bezwe, wathi: “Kepha uma uthanda ukukunika, ngilalele; ngiyakukunika imali yezwe; yithathe kimi, ngimmbele khona ofileyo wami.


U-Abrahama wasukuma, wakhothamela phambi kwabantu bezwe, phambi kwabantwana bakwaHeti.