Ingilosi yeNkosi yasisithi kuye: Ngizakwandisa kakhulu inzalo yakho, ukuze ingabalwa ngobunengi.
UGenesise 22:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ingelosi kaJehova yamemeza ku-Abrahama ngokwesibili isezulwini, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ingelosi kaJehova yayisimemeza ku-Abrahama ngokwesibili isezulwini, IsiZulu 2020 Ingelosi kaSimakade yaphinda yambiza u-Abhrahama ngokwesibili isezulwini, yathi: |
Ingilosi yeNkosi yasisithi kuye: Ngizakwandisa kakhulu inzalo yakho, ukuze ingabalwa ngobunengi.
Ingelosi kaJehova yamfumana ngasemthonjeni wamanzi ehlane ngasemthonjeni osendleleni eya eSuri.
Wathi: “Impela ngiyakubuyela kuwe ngesikhathi sokuphila; bheka, umkakho uSara uzakuba nendodana. USara wezwa ngasemnyango wetende elingasemva kwakhe.
U-Abrahama waqamba leyo ndawo ngokuthi: INkosi Jire; njengoba kuthiwa kuze kube lamuhla: Entabeni yeNkosi kuzalungiselelwa.
Wathi: “Ngizifungile mina, usho uJehova, ngokuba wenze lokho, ungagodlanga nendodana yakho eyodwa yakho;
Ingelosi kaNkulunkulu yasikhuluma kimi ngephupho, yathi: “Jakobe; ngathi: Nangu mina.”
Ingelosi eyangikhulula ebubini bonke ibusisa abafana; igama lami malibizwe phezu kwabo negama lawobaba o-Abrahama no-Isaka; futhi mabakhule babe yisixuku phakathi komhlaba.
Ngizifungile mina, izwi liphumile emlonyeni wami ngokulunga, aliyikubuya, ukuthi kimi amadolo onke ayakuguqa, nezilimi zonke ziyakufunga.
Ngiyakukhumbula isivumelwano sami noJakobe, nesivumelwano sami no-Isaka, nesivumelwano sami no-Abrahama; futhi ngizocabanga ngezwe.
Ngalolo suku uJehova uyobavikela abakhileyo eJerusalema; obuthakathaka phakathi kwabo ngalolo suku uyakuba njengoDavide; indlu kaDavide ibe njengoNkulunkulu, njengengelosi kaJehova phambi kwabo.
Kwathi isiphelile iminyaka engamashumi amane, kwabonakala kuye ehlane lentaba yaseSinayi ingelosi yeNkosi elangabini lomlilo esihlahleni.
Ngokuba lapho uNkulunkulu ethembisa u-Abrahama, wazifunga yena, lokhu kungekho omkhulu kunaye angamfunga;
Ingelosi engayibona imi phezu kolwandle naphezu komhlaba yasiphakamisela isandla sayo ezulwini.