UGenesise 21:32 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base benza isivumelwano eBeri Sheba; u-Abimeleki wasukuma noPikoli induna yempi yakhe, babuyela ezweni lamaFilisti. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base benza isivumelwano eBeri Sheba; u-Abimeleki wasukuma noPikoli induna yempi yakhe, babuyela ezweni lamaFilisti. IsiZulu 2020 Base benza isivumelwano eBheri Sheba; u-Abhimeleki wasukuma noPhikholi umkhuzi wamabutho akhe baphindela ezweni lamaFilisti. |
Kwasekufika okhululiweyo, wabikela uAbrama umHebheru; ngokuba wayehlala e-okini kaMamre umAmori, umfowabo ka-Eshikoli nomfowabo ka-Anere; futhi bahlobana no-Abrama.
U-Abrahama wathatha izimvu nezinkomo, wazinika u-Abimeleki; benza isivumelwano bobabili.
Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba; ngoba lapho bafunga bobabili.
U-Abhrahama wahlanyela umthi eBherisheba, wakhuleka khona ibizo leN kosi uNkulunkulu waphakade.
Ngokuba wayenezimvu nezinkomo, nezinceku eziningi, amaFilisti aba nomona ngaye.
Kwathi, eselapho isikhathi eside, u-Abimeleki, inkosi yamaFilisti, walunguza ngefasitela, wabona, bheka, u-Isaka edlala noRebeka umkakhe.
Woza-ke, senze isivumelwano, mina lawe; futhi makube ngufakazi phakathi kwami nawe.
UNkulunkulu ka-Abrahama noNkulunkulu kaNahori, uNkulunkulu kayise wabo, makahlulele phakathi kwethu. UJakobe wafunga ngokwesaba kukayise u-Isaka.
Kwathi uFaro esebayekele abantu bahambe, uNkulunkulu kabaholanga ngendlela yelizwe lamaFilisti, lanxa yayiseduze; ngoba uNkulunkulu wathi: Ukuze abantu bangaphenduki nxa bebona impi babuyele eGibhithe.
Abantwana bakwa-Israyeli babuye benza okubi emehlweni kaJehova; uJehova wabanikela esandleni samaFilisti iminyaka engamashumi amane.
UJonathani noDavide benza isivumelwano, ngokuba wayemthanda njengomphefumulo wakhe.