Kwaba khona ukuxabana phakathi kwabelusi bezinkomo zika-Abrama nabelusi bemfuyo kaLoti; kwase behlala ezweni amaKhanani namaPherizi.
UGenesise 21:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesethi u-Abimeleki: “Angazi ukuthi ngubani owenze lokho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha u-Abimeleki wathi: “Angazi ukuthi kwenziwe ngubani lokhu; nawe awungitshelanga, nami angikuzwanga kuze kube namuhla.” IsiZulu 2020 U-Abhimeleki wathi: “Angazi ukuthi ngubani owenze leyo nto. Ngiyayeshwama nje namuhla, futhi nawe awukaze ungilume indlebe ngayo.” |
Kwaba khona ukuxabana phakathi kwabelusi bezinkomo zika-Abrama nabelusi bemfuyo kaLoti; kwase behlala ezweni amaKhanani namaPherizi.
U-Abrahama wamsola u-Abimeleki ngomthombo izinceku zika-Abimeleki ezawuthatha ngenkani.
U-Abrahama wathatha izimvu nezinkomo, wazinika u-Abimeleki; benza isivumelwano bobabili.