UNkulunkulu wathi: Impela umkakho uSara uzakukuzalela indodana; uyakuqamba igama layo ngokuthi u-Isaka, ngimise isivumelwano sami naye, sibe yisivumelwano esiphakade nenzalo yakhe emva kwakhe.
UGenesise 21:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho wathi ku-Abrahama: “Xosha lesi sigqilakazi nendodana yaso, ngoba indodana yalesi sigqilakazi ngeke idle ifa kanye nendodana yami, u-Isaka.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi ku-Abrahama: “Sixoshe lesi sigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yalesi sigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yami u-Isaka.” IsiZulu 2020 wathi ku-Abhrahama: “Xosha lesi sigqila nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqila ngeke idle ifa nendodana yami u-Isaka.” |
UNkulunkulu wathi: Impela umkakho uSara uzakukuzalela indodana; uyakuqamba igama layo ngokuthi u-Isaka, ngimise isivumelwano sami naye, sibe yisivumelwano esiphakade nenzalo yakhe emva kwakhe.
Kodwa ngizamisa isivumelwano sami loIsaka, uSara azakuzalela yena ngalesisikhathi esimisiweyo ngomnyaka olandelayo.
Wayesethi u-Abrahama: “Ngokuba ngithe: Impela ukumesaba uNkulunkulu akukho kule ndawo; futhi bazongibulala ngenxa yomkami.
Lezi ziyizizukulwane zika-Isaka indodana ka-Abrahama: u-Abrahama wazala u-Isaka;
Kepha amadodana ezancinza u-Abrahama ayenazo, u-Abrahama wanika izipho, wawamukisa ku-Isaka indodana yakhe esekhona, aye ngasempumalanga, ezweni lasempumalanga.
Inkosi yathi ezincekwini: ‘Mbopheni izinyawo nezandla, nimkhiphe, nimkhiphe ebumnyameni obungaphandle; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.
Ngokuba uma ifa lingokomthetho, alikho ngesithembiso, kepha uNkulunkulu walinika u-Abrahama ngesithembiso.
Ngakho-ke awuseyona inceku, kodwa indodana; uma uyindodana, uyindlalifa kaNkulunkulu ngoKristu.
Elifani elingenakonakala, nelingangcolile, nelingabuniyo, elibekelwe nina ezulwini.
Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;
UmkaGileyadi wamzalela amadodana; amadodana omkakhe akhula, amxosha uJefta, athi kuye: “Awuyikudla ifa endlini kababa; ngokuba uyindodana yowesifazane ongaziwa.