Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 2:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngobambo uJehova uNkulunkulu aluthatha kumuntu, wenza owesifazana, wamletha kumuntu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UJehova uNkulunkulu wakha owesifazane ngobambo abeluthathile kumuntu, wamyisa kumuntu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

USimakade uNkulunkulu wambumba owesifazane ngobambo ayeluthathe kumuntu, wayesemletha kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 2:22
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

INkosi uNkulunkulu yasibumba ngomhlabathi zonke izilwane zasendle nezinyoni zonke zezulu; futhi waziletha ku-Adamu ukuze abone ukuthi uzoziqamba ngokuthini; nokuthi konke u-Adamu aziqamba ngakho konke okuphilayo, kwaba ngamagama azo.


IsiHlabelelo SeziHlabelelo. Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engawulindi umuzi, umlindi uphaphamela ize.


Ofumana umfazi uthola okuhle, uzuze umusa kuJehova.


Indlu nengcebo kuyifa laboyise, kepha umfazi ohlakaniphileyo uvela kuJehova.


Ngokuba u-Adamu wabunjwa kuqala, kwase kuba u-Eva.


Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.