Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 19:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wozani simphuzise ubaba iwayini, sihlanganyele naye, ukuze sigcine inzalo kababa.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Woza simphuzise ubaba iwayini, silale naye ukuba sizizuzele inzalo kubaba.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Woza simgcince ngewayini adakwe, bese silala naye ukuze silondoloze uzalo lwakithi, siluphembe ngaye.”

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 19:32
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Base bethi omunye komunye: “Hambani, senze izitini, sizishise.” Izitini zaba ngamatshe, nodaka endaweni yobumba.


Base bemphuzisa uyise iwayini ngalobo busuku; yangena izibulo, yalala noyise; futhi akabonanga lapho elala nalapho evuka.


Waphuza iwayini, wadakwa; wayenqunu etendeni lakhe.


Mfundisi, uMose wasilobela ukuthi: “Uma kufa umfowabo womuntu, eshiya umkakhe engashiyi bantwana, umfowabo makamthathe umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.


Ziqapheleni nina, funa izinhliziyo zenu zisindwe ukuminza, nokudakwa, nezinkathazo zalokhu kuphila, lunifike lolo suku kungazelelwe.