Ayesethi amadoda kuLoti: “Usenabakhwenyana, namadodana, namadodakazi, nakho konke onakho emzini, bakhiphe kule ndawo na?
UGenesise 19:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amadoda ayesemnyango wendlu ashaya ngobumpumputhe, amancane namakhulu, akhathala ngokuthola umnyango. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadoda ayephandle kwendlu awashaya ngobumpumputhe, amancane namakhulu, aze akhathala ukufuna umnyango. IsiZulu 2020 Abesilisa abasha nabadala ababengaphandle kwendlu kaLothi bashaywa ngobumpumputhe, bawufuna umnyango baze badikibala. |
Ayesethi amadoda kuLoti: “Usenabakhwenyana, namadodana, namadodakazi, nakho konke onakho emzini, bakhiphe kule ndawo na?
Esehlela kuye, u-Elisha wakhuleka kuJehova, wathi: “Shaya lesi sizwe ngobumpumputhe.” Futhi wabashaya ngobumpumputhe ngokwezwi lika-Elisha.
Ukhathele ngobuningi bendlela yakho; kepha awushongo ukuthi: Akukho themba; uthole ukuphila esandleni sakho; ngalokho anidabukanga.
Kungani uzimisele kangaka ukuguqula izindlela zakho? uyakuba namahloni ngeGibithe, njengalokho waba namahloni nge-Asiriya.
Manje bheka, isandla seNkosi siphezu kwakho, uyakuba yimpumputhe, ungaliboni ilanga isikhathi. Kwahle kwehlelwa yinkungu nobumnyama phezu kwakhe; wasezulazula efuna abangamhola ngesandla.