Kwathi sekuhlwile kweza izingelosi ezimbili eSodoma; uLoti wayehlezi esangweni laseSodoma, uLoti ewabona, wasukuma ukuwahlangabeza; wakhothamisa ubuso bakhe emhlabathini;
UGenesise 19:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa amadoda elula isandla amdonsela uLoti endlini kanye nawo, ahluthulela umnyango. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona amadoda azelula izandla, ambuyisela uLoti endlini, avala umnyango. IsiZulu 2020 Amadoda ayesendlini amdonsela ngaphakathi uLothi, ayesevala umnyango. |
Kwathi sekuhlwile kweza izingelosi ezimbili eSodoma; uLoti wayehlezi esangweni laseSodoma, uLoti ewabona, wasukuma ukuwahlangabeza; wakhothamisa ubuso bakhe emhlabathini;
Amadoda ayesemnyango wendlu ashaya ngobumpumputhe, amancane namakhulu, akhathala ngokuthola umnyango.