U-Abrama wayesesuka, njengalokho uJehova eshilo kuye; uLoti wahamba naye, u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu ekuphumeni kwakhe eHarana.
UGenesise 17:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngalolo suku u-Abrahama wasokwa kanye nendodana yakhe u-Ishmayeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Abrahama nendodana yakhe u-Ishmayeli basokwa ngalusuku lunye. IsiZulu 2020 Ngalelo langa kwasokwa u-Abhrahama no-Ishmayeli indodana yakhe, |
U-Abrama wayesesuka, njengalokho uJehova eshilo kuye; uLoti wahamba naye, u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu ekuphumeni kwakhe eHarana.
U-Ishmayeli indodana yakhe wayeneminyaka eyishumi nantathu lapho esokwa enyameni yejwabu lakhe.
Wonke amadoda endlu yakhe azalelwe endlini futhi athengwe ngemali kowezizwe asokwa kanye naye.