Base bebuya, bafika e-Enimishipati eyiKadeshi, balichitha lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayehlala eHasoni-Tamari.
UGenesise 16:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngalokho umthombo wabizwa ngokuthi iBeri Lahayiroyi; bheka, liphakathi kweKadeshi neBerede. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngalokho umthombo wabizwa ngokuthi iBeri Lahayi Royi;* bheka, uphakathi kweKadeshi neBeredi. IsiZulu 2020 Yingakho leso siphethu sisabizwa ngokuthi yiBheri Lahayi Royi. Siphakathi kweKadeshi neBheredi. |
Base bebuya, bafika e-Enimishipati eyiKadeshi, balichitha lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayehlala eHasoni-Tamari.
UNkulunkulu wavula amehlo akhe, wabona umthombo wamanzi; waya wagcwalisa imbiza ngamanzi, wamphuzisa umfana.
Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba; ngoba lapho bafunga bobabili.
U-Isaka waphuma endleleni eya emthonjeni waseLahayiyiroyi; ngoba wayehlala eningizimu.
Kwathi emva kokufa kuka-Abrahama uNkulunkulu wambusisa u-Isaka indodana yakhe; u-Isaka wahlala ngasemthonjeni waseLahayiroyi.
Ahamba afika kuMose naku-Aroni nakuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ehlane lasePharanu eKadeshi; wababikela kanye nebandla lonke, wabazisa izithelo zezwe.