U-Israyeli wayesethi kuJosefa: “Bheka, ngiyafa, kepha uNkulunkulu uyakuba nani, anibuyisele ezweni lawoyihlo.
UGenesise 15:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi futhi leso sizwe abayosikhonza, ngizosahlulela; futhi emva kwalokho bayophuma nezinto ezinkulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha leso sizwe eyakuba yizigqila zaso ngiyakusahlulela mina; ngasemuva iyakuphuma inempahla eningi. IsiZulu 2020 Kepha ngiyosijezisa isizwe esiyobe siyigqilazile, kuthi ekugcineni iphume isinefa elikhulu. |
U-Israyeli wayesethi kuJosefa: “Bheka, ngiyafa, kepha uNkulunkulu uyakuba nani, anibuyisele ezweni lawoyihlo.
UJosefa wayesethi kubafowabo: “Sengiyafa, uNkulunkulu uyakuninakekela nokuninakekela, anikhiphe kuleli zwe, aniyise ezweni alifungela o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe.
owathuma izibonakaliso nezimangaliso phakathi kwakho, Gibhithe, kuFaro nezinceku zakhe zonke.
Ngonile kuwe wedwa, ngenza okubi emehlweni akho, ukuze uthiwe ulungile ekukhulumeni kwakho, ucace ekwahluleleni kwakho.
Futhi kwenzeka ukuthi phakathi kwamabili iNkosi yashaya wonke amazibulo ezweni laseGibhithe, kusukela kulo izibulo likaFaro owayehlezi esihlalweni sakhe sobukhosi, kuya kwizibulo lesiboshwa esasisetilongweni; nawo onke amazibulo ezinkomo.
Woza manje, ngizakuthuma kuFaro, ukhiphe eGibithe abantu bami, abantwana bakwa-Israyeli.
Nesizwe eyakuba yizigqila zaso ngiyakusahlulela mina, washo uNkulunkulu, andukuba baphume, bangikhonze kule ndawo.
Kepha uJehova wanithatha, wanikhipha esithandweni sensimbi, eGibithe, nibe yifa lakhe, njenganamuhla.
UJehova wenza izibonakaliso nezimangaliso ezinkulu nezinzima eGibithe kuFaro nakuyo yonke indlu yakhe phambi kwamehlo ethu.
Ngoba nguJehova uNkulunkulu wethu owasikhupha thina lobaba elizweni leGibhithe, endlini yobugqili, owenza lezozibonakaliso ezinkulu phambi kwamehlo ethu, wasilondoloza endleleni yonke esahamba ngayo langaphansi. Bonke abantu esadlula kubo;
Kwathi uJakobe engena eGibithe, oyihlo bakhuleka kuJehova, uJehova wathuma oMose no-Aroni, bakhipha oyihlo eGibithe, babahlalisa kule ndawo.