U-Abrahama wasuka lapho waya ezweni laseningizimu, wakha phakathi kweKadeshi neSuri, wagogobala eGerari.
UGenesise 13:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Abrama wakhuphuka ephuma eGibithe, yena nomkakhe, nakho konke anakho, noLoti enaye, waya eningizimu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Abrama wakhuphuka eGibithe kanye nomkakhe nakho konke anakho, uLoti enaye, waya ngaseningizimu. IsiZulu 2020 U-Abhrama nomkakhe nakho konke ayenakho basuka eGibhithe bakhuphuka babheka eningizimu noLothi. |
U-Abrahama wasuka lapho waya ezweni laseningizimu, wakha phakathi kweKadeshi neSuri, wagogobala eGerari.
U-Abhrahama wahlanyela umthi eBherisheba, wakhuleka khona ibizo leN kosi uNkulunkulu waphakade.
Bafika enqabeni yaseTire nasemizini yonke yamaHivi namaKhanani, baphumela eningizimu yakwaJuda naseBeri Sheba.
UMose wabathuma ukuhlola izwe laseKhanani, wathi kubo: “Hambani ngale ndlela ngaseningizimu, nikhuphuke intaba;
UJoshuwa walichitha lonke izwe lezintaba, nelaseningizimu, nelasesigodini, nelemithombo, nawo onke amakhosi alo;
Kumelwe balihlukanise libe izingxenye eziyisikhombisa: UJuda uyosala endaweni yabo eningizimu, futhi indlu kaJosefa iyohlala endaweni yayo enyakatho.
Wathi u-Agi: “Iphi indlela oyenze ngayo namuhla na?” UDavide wathi: “Ngeningizimu yakwaJuda naseningizimu yamaJerameli naseningizimu yamaKheni.