Emva kokuzalwa kukaThera uNahori wahamba iminyaka eyikhulu neshumi nesishiyagalolunye, wazala amadodana namadodakazi.
UGenesise 11:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 UThera wahamba iminyaka engamashumi ayisikhombisa, wazala u-Abrama, noNahori, noHarana. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UThera wahamba iminyaka engamashumi ayisikhombisa, wazala o-Abrama, noNahori, noHarana. IsiZulu 2020 Kuthe uThera eseneminyaka engama-70, wazala u-Abhrama, uNahori, noHarana. |
Emva kokuzalwa kukaThera uNahori wahamba iminyaka eyikhulu neshumi nesishiyagalolunye, wazala amadodana namadodakazi.
Inceku yathatha amakamela ayishumi emakameleni enkosi yayo yahamba; ngoba yonke impahla yenkosi yakhe yayisesandleni sakhe; wasuka, waya eMesopotamiya, emzini kaNahori.
owayeyindodana kaJakobe, indodana ka-Isaka, indodana ka-Abrahama, indodana kaThara, indodana kaNahori,
UJoshuwa wayesethi kubo bonke abantu: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Ezinsukwini zasendulo oyihlo babehlala ngaphesheya koMfula, uThera, uyise ka-Abrahama, noyise kaNahori; bakhonza abanye onkulunkulu.