UNahori wahamba iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye, wazala uThera.
UGenesise 11:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kokuzalwa kukaThera uNahori wahamba iminyaka eyikhulu neshumi nesishiyagalolunye, wazala amadodana namadodakazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kokuzalwa kukaThera uNahori wahamba iminyaka eyikhulu neshumi nesishiyagalolunye, wazala amadodana namadodakazi. IsiZulu 2020 Esemzele uThera, uNahori waphila iminyaka eyi-119, wabuye wazala amadodana namadodakazi. |
UNahori wahamba iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye, wazala uThera.
UThera wahamba iminyaka engamashumi ayisikhombisa, wazala u-Abrama, noNahori, noHarana.
Kodwa kumelwe uye ezweni lakithi nasemndenini wakithi uyithathele umfazi indodana yami u-Isaka.
uthi: Isho kanje iNkosi uJehova kulo iJerusalema; Ukuzalwa kwakho nozalo lwakho kuvela ezweni laseKhanani; uyihlo wayengumAmori, unyoko engumHeti.